Ukuphazamiseka Komnotho Wezwe Ngenxa Ye-Lockdown umnotho uphazamiseke kakhulu ngenxa ye lockdown, ngezikhathi zikathaqa abantu bebengavunyelwe ukuya emsebenzinini izikole zavalwa, okusho ukuthi omalume abahambisa izingane zesikole bebengadli abanye baqhubekile nokukhokhisa inkinga ke abantu abaningi bebengayi emsebenzini imali bengenayo, abantu abaningi baphelelwe ngumsebenzi, izinkampani zivalile zimile ukukhiqiza ngenxa yemithetho ethi makungahanjwa , makukuyiwe kothenga nakodokotela kuphela, abantu behlaliswa ezindlini, sibonile abadumile bekhalaza ukuthi abasenamali ngenxa yokuthi izindawo zokuzithokozisa bezivaliwe, okusho ukuthi abaphathi bezindawo zokuphuzela balahlekelwe yimali eniningi. Abantu baxoshiwe emisebenzini yabo, abanye abakabuyeli namanje. Ukungasebenzi kwabantu nokuma kwezinto kusho ukuthi uhulumeni naye uhlahlekelwe kakhulu.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |